| What is “governance”? |
Kuyini “ukubusa”? |
| The term governance often gives rise to confusion because it is (erroneously) assumed that it must refer solely to acts or duties of the government. |
Igama elithi ukubusa lijwayele ukuletha ukudideka ngoba kucatshangwa ukuthi libhekise ezenzweni noma imisebenzi ekufanele yenziwe uhulumeni kuphela. |
| Of course, governments do play an important role in many kinds of governance. |
Yebo, ohulumeni badlala indima ebalulekile ezinhlotsheni ezahlukahlukene zokubusa. |
| However, in fact, the concept is far broader, and extends beyond merely the State. |
Noma kunjalo, eqinisweni, umqondo ubanzi kakhulu, futhi udlulela ngale koMbuso nje kuphela. |
| For example, we have seen increasing reference recently to the notion of “corporate governance”, a process that involves oversight both by the State and by a host of non-State bodies, including corporations themselves. |
Isibonelo, sibone ubufakazi obukulayo muva nje emcabangweni “wokuphatha ngokubambisana”, inqubo ebandakanya ukwengamela kokubili nguHulumeni kanye nenqwaba yezikhungo ezingezona zoMbuso, okuhlanganisa nezinkampani ngokwazo. |
| Don McLean points out that the word governance derives from the Latin word “gubernare”, which refers to the action of steering a ship. |
UDon McLean uveza ukuthi igama elithi governance lisuselwa egameni lesiLatini elithi “gubernare”, elisho isenzo sokushayela umkhumbi. |
| This etymology suggests a broader definition for governance. |
Le etymology iphakamisa incazelo ebanzi yokubusa. |
| One important implication of this broader view is that governance includes multiple tools and mechanisms. |
Omunye umthelela obalulekile walo mbono obanzi ngemiklamo ukuthi ukubusa kuhlanganisa amathuluzi nezindlela eziningi. |
| Traditional law and policy are certainly among those mechanisms. |
Umthetho wezomdabu kanye nenqubomgomo ngokuqinisekile kuphakathi kwalezo zindlela zokwenza. |
| However, as we shall see throughout this primer, governance can take place through many other channels. |
Nokho, njengoba sizobona kuso sonke lesi sihloko, ukubusa kungenziwa ngezinye imigudu eminingi. |
| Technology, social norms, decision-making procedures, and institutional design: all of these are as equally important in governance as law or policy. |
Ubuchwepheshe, izindlela zokuphila zomphakathi, izinqubo zokwenza izinqumo, nokwakheka kwesikhungo: konke lokhu kubaluleke ngokulinganayo ekubuseni njengomthetho noma inqubomgomo. |